webnovel

ngathandana ne mermaid

❤️Ngathandana Ne Mermaid ❤️

❤️Part I ❤️

Kwakunguzibandlela uthoko esemaholidini.❤️ Wazise phela wayesekhulile njengoba wayesenza unyaka wokugcina enyuvesi❤️ Abazali bakhe babemkhonze kakhulu ngoba kwakunguye uzinyobulala kwabo❤️ kwakunguye kphela umtwana kubazali bakhe❤️

Uthoko wayengazi ukuthi uzokwenzani Wazise phela nelanga lalishisa manje wayesafuna ukulula izinyawo eyobheka umngani wakhe uDudu❤️

Waphumake uthoko Kubo wathi esahamba nje qham thushu I Gwagon(G63)❤️ lemoto yayiqhamuka ngasemumva kwakhe uthoko❤️yayidimile emafasiteleni, akabonanga Kahle hle ukuthi ubani lona olana ngaphakathi❤️

"Piip" lemoto ishaye I hoot❤️

Amangale uthoko ukuthi hawu ngqbe ishayela yena😲

Iphinde iphinde futhi"piip"

Avele ame uthoko ayibuke nqo ewindini lomshayeli elindele ukuthi kuzokwehla iwindi abone phela ukuthi ubani losozimali ummisa emgwaqeni❤️

Lehle kancane iwindi, kuvele ubhungu nje lensizwa, ashawe wuvalo uthoko echazwa yilensizwa ingakasho lutho❤️

"Sawubona nkosazan" kusho lensizwa

"Yebo bhuti" ekhophuzela uthoko ebheka phansi ebhala ecisha.

"Ngabe khona lana ejahekhona inkosazana"

"Chabo bhuti angijahe ndawo kahlekahle vele angazi ukuthi ngizoyaphi ngase ngathatha isinqumo sokuthi ngiye kumngan wami uDudu" uthoko elandisa lensizwa

"Ohh awuu Kantike nami ngokunjalo bengingazi ukuthi ngizoyaphi ngakhetha ukushayelela ngapha Kanti angazi ukuthi ngibizwa ubuhle obunjena, ungakwazi ukungena emotweni siye ezitolo siyobamba into yokuphuza njengoba nelanga lishisa nje" kubuza lensizwa.

"Yebo bhuti ngingakwazi" esho ebengena uthoko emotoweni, ayibuke lensizwa esengaphakathi ebonene ukuthi igqokile impela inaso isitayela❤️

Iyaqhubeka ❤️

Part2 loading ❤️